Mathewu 27:2 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 2 Ngemva kokumbopha, bahamba naye bamnikela kuPilatu umbusi. + Marku 15:1 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 15 Ngokushesha ekuntweleni kokusa, abapristi abakhulu kanye namadoda amadala nababhali, okuwukuthi, yonke iSanhedrini, bahlangana babonisana, bambopha uJesu, bahamba naye bamnikela kuPilatu. + Johane 18:28 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 28 Khona-ke bamhola uJesu besuka kuKayafase bemyisa lapho kuhlala khona umbusi. + Manje kwase kusekuseni. Kodwa bona ngokwabo abangenanga lapho kuhlala khona umbusi ukuze bangangcoli, + kodwa bakwazi ukudla iPhasika.
15 Ngokushesha ekuntweleni kokusa, abapristi abakhulu kanye namadoda amadala nababhali, okuwukuthi, yonke iSanhedrini, bahlangana babonisana, bambopha uJesu, bahamba naye bamnikela kuPilatu. +
28 Khona-ke bamhola uJesu besuka kuKayafase bemyisa lapho kuhlala khona umbusi. + Manje kwase kusekuseni. Kodwa bona ngokwabo abangenanga lapho kuhlala khona umbusi ukuze bangangcoli, + kodwa bakwazi ukudla iPhasika.