-
Duteronomi 21:22, 23IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
22 “Uma umuntu enze isono esifanelwe ukufa, wabulawa, + wamlengisa esigxotsheni, + 23 isidumbu sakhe akufanele sihlale ubusuku bonke esigxotsheni. + Kunalokho, kufanele nakanjani umngcwabe ngalolo suku ngoba umuntu olengisiwe uqalekiswe uNkulunkulu, + futhi akufanele ungcolise izwe uJehova uNkulunkulu wakho akunika lona njengefa. +
-