Mathewu 16:21 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 21 Kusukela ngaleso sikhathi kuqhubeke, uJesu waqala ukuchazela abafundi bakhe ukuthi kwakumele aye eJerusalema, ahlupheke ngezinto eziningi ezivela emadodeni amadala nakubapristi abakhulu nakubabhali futhi abulawe, avuswe ngosuku lwesithathu. + Luka 9:22 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 22 kodwa wathi: “INdodana yomuntu kumele ihlupheke kakhulu, yenqatshwe amadoda amadala nabapristi abakhulu nababhali futhi ibulawe, + ivuswe ngosuku lwesithathu.” +
21 Kusukela ngaleso sikhathi kuqhubeke, uJesu waqala ukuchazela abafundi bakhe ukuthi kwakumele aye eJerusalema, ahlupheke ngezinto eziningi ezivela emadodeni amadala nakubapristi abakhulu nakubabhali futhi abulawe, avuswe ngosuku lwesithathu. +
22 kodwa wathi: “INdodana yomuntu kumele ihlupheke kakhulu, yenqatshwe amadoda amadala nabapristi abakhulu nababhali futhi ibulawe, + ivuswe ngosuku lwesithathu.” +