Isaya 52:9 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 9 Thokozani, memezani ngenjabulo kanyekanye, nina manxiwa aseJerusalema, +Ngoba uJehova ubaduduzile abantu bakhe; + ulihlengile iJerusalema. + Marku 15:43 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 43 kweza uJosefa wase-Arimatheya, ilungu loMkhandlu elinedumela elihle, naye ngokwakhe owayelindele uMbuso kaNkulunkulu. Waqunga isibindi wangena phambi kukaPilatu, wacela isidumbu sikaJesu. + Luka 2:25 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 25 Kwakukhona umuntu eJerusalema owayebizwa ngokuthi uSimeyoni, lo muntu wayelungile futhi esaba uNkulunkulu, elindele induduzo ka-Israyeli, + umoya ongcwele wawuphezu kwakhe.
9 Thokozani, memezani ngenjabulo kanyekanye, nina manxiwa aseJerusalema, +Ngoba uJehova ubaduduzile abantu bakhe; + ulihlengile iJerusalema. +
43 kweza uJosefa wase-Arimatheya, ilungu loMkhandlu elinedumela elihle, naye ngokwakhe owayelindele uMbuso kaNkulunkulu. Waqunga isibindi wangena phambi kukaPilatu, wacela isidumbu sikaJesu. +
25 Kwakukhona umuntu eJerusalema owayebizwa ngokuthi uSimeyoni, lo muntu wayelungile futhi esaba uNkulunkulu, elindele induduzo ka-Israyeli, + umoya ongcwele wawuphezu kwakhe.