Johane 3:16 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 16 “Ngoba uNkulunkulu walithanda izwe kangangokuba waze wanikela ngeNdodana yakhe ezelwe yodwa, + ukuze wonke umuntu obonisa ukholo kuyo angabhubhi kodwa athole ukuphila okuphakade. + Johane 6:47 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 47 Ngiqinisile impela ngithi kini, noma ubani okholwayo uyothola ukuphila okuphakade. + Roma 1:17 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 17 Ngoba kuzo ukulunga kukaNkulunkulu kwembulwa ngokholo nangenxa yokholo, + njengoba nje kulotshiwe: “Kodwa olungile uyophila ngenxa yokholo.” + Hebheru 5:9 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 9 Futhi ngemva kokuba enziwe waphelela, + bonke abamlalelayo babengathola insindiso yaphakade ngenxa yakhe, +
16 “Ngoba uNkulunkulu walithanda izwe kangangokuba waze wanikela ngeNdodana yakhe ezelwe yodwa, + ukuze wonke umuntu obonisa ukholo kuyo angabhubhi kodwa athole ukuphila okuphakade. +
17 Ngoba kuzo ukulunga kukaNkulunkulu kwembulwa ngokholo nangenxa yokholo, + njengoba nje kulotshiwe: “Kodwa olungile uyophila ngenxa yokholo.” +
9 Futhi ngemva kokuba enziwe waphelela, + bonke abamlalelayo babengathola insindiso yaphakade ngenxa yakhe, +