Roma 8:14 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 14 Ngoba bonke abaholwa umoya kaNkulunkulu ngempela bangamadodana kaNkulunkulu. + Roma 8:16 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 16 Umoya ngokwawo ufakazelana nomoya wethu + ukuthi singabantwana bakaNkulunkulu. + 2 Korinte 6:18 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 18 “ ‘Mina ngiyoba uyihlo, + nina nibe amadodana namadodakazi kimi,’ + kusho uJehova,* uMninimandla Onke.” Efesu 1:5 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 5 Ngoba wakhetha kusengaphambili + ukuba sithathwe sibe ngamadodana akhe + ngoJesu Kristu, ngokufisa kwakhe nangentando yakhe, + 1 Johane 3:1 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 3 Bonani ukuthi luhlobo luni lothando uBaba asinike lona, + ukuba sibizwe ngokuthi singabantwana bakaNkulunkulu! + Futhi yilokho esiyikho. Yingakho izwe lingasazi + ngoba alimazanga yena. +
18 “ ‘Mina ngiyoba uyihlo, + nina nibe amadodana namadodakazi kimi,’ + kusho uJehova,* uMninimandla Onke.”
5 Ngoba wakhetha kusengaphambili + ukuba sithathwe sibe ngamadodana akhe + ngoJesu Kristu, ngokufisa kwakhe nangentando yakhe, +
3 Bonani ukuthi luhlobo luni lothando uBaba asinike lona, + ukuba sibizwe ngokuthi singabantwana bakaNkulunkulu! + Futhi yilokho esiyikho. Yingakho izwe lingasazi + ngoba alimazanga yena. +