Mathewu 1:21 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 21 Uzozala indodana, futhi kumele uyiqambe ngokuthi uJesu, *+ ngoba iyosindisa abantu bakubo ezonweni zabo.” + Johane 1:29 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 29 Ngosuku olulandelayo wabona uJesu eza kuye, wathi: “Bhekani, iWundlu + likaNkulunkulu elisusa isono + sezwe! + 1 Thimothewu 1:15 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 15 Le nkulumo ithembekile futhi ifanelwe ukwamukelwa ngokugcwele, ukuthi: uKristu Jesu weza emhlabeni ezosindisa izoni. + Kuzo, ngingesiphambili. + 1 Johane 4:14 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 14 Ngaphezu kwalokho, nathi ngokwethu sibonile futhi siyafakaza ukuthi uBaba uthumele iNdodana yakhe njengomsindisi wezwe. +
21 Uzozala indodana, futhi kumele uyiqambe ngokuthi uJesu, *+ ngoba iyosindisa abantu bakubo ezonweni zabo.” +
29 Ngosuku olulandelayo wabona uJesu eza kuye, wathi: “Bhekani, iWundlu + likaNkulunkulu elisusa isono + sezwe! +
15 Le nkulumo ithembekile futhi ifanelwe ukwamukelwa ngokugcwele, ukuthi: uKristu Jesu weza emhlabeni ezosindisa izoni. + Kuzo, ngingesiphambili. +
14 Ngaphezu kwalokho, nathi ngokwethu sibonile futhi siyafakaza ukuthi uBaba uthumele iNdodana yakhe njengomsindisi wezwe. +