Mathewu 26:39 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 39 Eya phambili kancane, wawa ngobuso, wathandaza wathi: + “Baba, uma kungenzeka, le ndebe *+ mayidlule kimi. Nokho, kungenzeki intando yami, kodwa kwenzeke intando yakho.” + Johane 4:34 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 34 UJesu wathi kubo: “Ukudla kwami kuwukuba ngenze intando yalowo ongithumile + nokuba ngiqede umsebenzi wakhe. + Johane 6:38 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 38 ngoba angehlanga ezulwini + ukuba ngizokwenza intando yami kodwa intando yalowo ongithumile. +
39 Eya phambili kancane, wawa ngobuso, wathandaza wathi: + “Baba, uma kungenzeka, le ndebe *+ mayidlule kimi. Nokho, kungenzeki intando yami, kodwa kwenzeke intando yakho.” +
34 UJesu wathi kubo: “Ukudla kwami kuwukuba ngenze intando yalowo ongithumile + nokuba ngiqede umsebenzi wakhe. +