Johane 17:16 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 16 Abayona ingxenye yezwe, + njengoba nje nami ngingeyona ingxenye yezwe. + Johane 18:36 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 36 UJesu waphendula: + “UMbuso wami awuyona ingxenye yaleli zwe. + Ukube uMbuso wami ubuyingxenye yaleli zwe, izikhonzi zami ngabe zilwile ukuze nginganikelwa kumaJuda. + Kodwa njengoba kunjalo, uMbuso wami awuveli kulo mthombo.”
36 UJesu waphendula: + “UMbuso wami awuyona ingxenye yaleli zwe. + Ukube uMbuso wami ubuyingxenye yaleli zwe, izikhonzi zami ngabe zilwile ukuze nginganikelwa kumaJuda. + Kodwa njengoba kunjalo, uMbuso wami awuveli kulo mthombo.”