Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Johane 6:40
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 40 Ngoba yile intando kaBaba, ukuba wonke umuntu owamukela iNdodana futhi abonise ukholo kuyo athole ukuphila okuphakade, + futhi ngizomvusa + ngosuku lokugcina.”

  • 1 Korinte 15:51, 52
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 51 Bhekani! Nginitshela imfihlo engcwele: Ngeke sife sonke, kodwa sonke siyoshintshwa, + 52 ngomzuzwana, ngokuphazima kweso, phakathi necilongo lokugcina. Ngoba icilongo liyokhala, + abafile bayovuswa benokungonakali, futhi thina siyoshintshwa.

  • 1 Thesalonika 4:16
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 16 ngoba iNkosi ngokwayo iyokwehla ezulwini ngezwi elinegunya, ngezwi lengelosi enkulu + nangecilongo likaNkulunkulu, futhi labo abafe bemunye noKristu bayovuka kuqala. +

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela