54 UJesu waphendula: “Uma ngizikhazimulisa mina, inkazimulo yami iyize. NguBaba ongikhazimulisayo, + lowo nina enithi unguNkulunkulu wenu. 55 Nokho anizange nimazi, + kodwa mina ngiyamazi. + Uma ngingathi angimazi, ngiyobe ngingumqambimanga njengani. Kodwa ngiyamazi futhi ngigcina izwi lakhe.