Eksodusi 17:6 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 6 Ngizobe ngimi phambi kwakho laphaya edwaleni eHorebe. Kumele ushaye idwala, kuzophuma amanzi kulo, abantu bawaphuze.” + UMose wenza kanjalo phambi kwamadoda amadala akwa-Israyeli. Numeri 20:8 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 8 “Thatha induku ubizele inhlangano ndawonye, wena no-Aroni umfowenu, nikhulume nedwala phambi kwayo ukuba likhiphe amanzi alo, uzobakhiphela amanzi edwaleni uphuzise + inhlangano nemfuyo yayo.” Johane 4:14 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 14 Noma ubani ophuza la manzi engizomnika wona akasoze oma, + kodwa amanzi engizomnika wona, ngaphakathi kuye ayoba umthombo wamanzi ophuphumayo ukuze udlulisele ukuphila okuphakade.” +
6 Ngizobe ngimi phambi kwakho laphaya edwaleni eHorebe. Kumele ushaye idwala, kuzophuma amanzi kulo, abantu bawaphuze.” + UMose wenza kanjalo phambi kwamadoda amadala akwa-Israyeli.
8 “Thatha induku ubizele inhlangano ndawonye, wena no-Aroni umfowenu, nikhulume nedwala phambi kwayo ukuba likhiphe amanzi alo, uzobakhiphela amanzi edwaleni uphuzise + inhlangano nemfuyo yayo.”
14 Noma ubani ophuza la manzi engizomnika wona akasoze oma, + kodwa amanzi engizomnika wona, ngaphakathi kuye ayoba umthombo wamanzi ophuphumayo ukuze udlulisele ukuphila okuphakade.” +