Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • 2 IziKronike 13:5
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 5 Anazi yini ukuthi uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli wanika uDavide igunya lokubusa u-Israyeli kuze kube phakade, + yena namadodana akhe, + ngesivumelwano sikasawoti? *+

  • IHubo 89:3, 4
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    •  3 “Ngenze isivumelwano noDavide inceku yami engiyikhethile; +

      Ngifungile kuye ngathi: +

       4 ‘Inzalo* yakho ngiyoyimisa iqine + kuze kube phakade,

      Ngiyosiqinisa isihlalo sakho sobukhosi kuzo zonke izizukulwane.’ ” + (Sela)

  • IHubo 132:11
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 11 UJehova ufungile kuDavide;

      Nakanjani ngeke akushintshe akusho lapho ethi:

      “Oyedwa enzalweni yakho,*

      Ngizombeka esihlalweni sakho sobukhosi. +

  • Jeremiya 23:5
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 5 “Kuza izinsuku,” kusho uJehova, “lapho ngiyovusela uDavide indlalifa elungile. + Iyobusa njengenkosi, + iyobonisa ukuqonda, ekwenzayo iyokwenza ngobulungisa nangokulunga ezweni. +

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela