19 Umpristi omkhulu wabuza uJesu ngabafundi bakhe nangemfundiso yakhe. 20 UJesu wamphendula: “Ngikhulume nezwe obala. Ngaso sonke isikhathi bengifundisa esinagogeni nasethempelini, + lapho wonke amaJuda ebuthanela khona, futhi angikhulumanga lutho ekusithekeni.