-
Roma 2:28, 29IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
28 Ngoba ukuba umJuda akukona ukubonakala kwangaphandle, + nokusoka kwakhe akukona okuthile okungaphandle, enyameni. *+ 29 Kodwa umJuda yilowo onguye ngaphakathi, + nokusoka kwakhe yilokho kwenhliziyo + ngomoya, hhayi ngomthetho olotshiwe. + Udumo lwalowo muntu luvela kuNkulunkulu, aluveli kubantu. +
-
-
Roma 9:7, 8IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
7 Futhi akubona bonke abangabantwana ngenxa yokuthi bayinzalo* ka-Abrahama; + kunalokho, “Lokho okuyobizwa ngokuthi inzalo* yakho kuyoba khona ngo-Isaka.” + 8 Okungukuthi, abangabantwana enyameni ababona ngempela abantwana bakaNkulunkulu +, kodwa abangabantwana ngesithembiso + yibo ababalwa njengenzalo.*
-