Luka 12:51 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 51 Ingabe nicabanga ukuthi ngizele ukuletha ukuthula emhlabeni? Lutho neze. Kodwa kunalokho ngilethe ukuhlukana. + Johane 7:12 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 12 Kwakunokuvungama okuningi ngaye phakathi kwezixuku. Abanye babethi: “Ungumuntu omuhle.” Abanye bethi: “Akayena. Udukisa isixuku.” + Johane 7:43 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 43 Ngakho isixuku sahlukana phakathi ngaye. Johane 10:19 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 19 Kwaphinde kwaba nokuhlukana phakathi kwamaJuda + ngenxa yala mazwi.
51 Ingabe nicabanga ukuthi ngizele ukuletha ukuthula emhlabeni? Lutho neze. Kodwa kunalokho ngilethe ukuhlukana. +
12 Kwakunokuvungama okuningi ngaye phakathi kwezixuku. Abanye babethi: “Ungumuntu omuhle.” Abanye bethi: “Akayena. Udukisa isixuku.” +