Johane 10:38 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 38 Kodwa uma ngenza yona, ngisho noma ningangikholwa mina, kholwani yimisebenzi, + ukuze nazi futhi niqhubeke nazi ukuthi uBaba nami simunye, nami ngimunye noBaba.” + Johane 17:11 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 11 “Angisekho ezweni, kodwa bona basezweni + kanti mina ngiza kuwe. Baba ongcwele, babheke + ngenxa yegama lakho engibambulele lona, ukuze babe munye* njengoba nje nathi simunye. *+ Johane 17:21 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 21 ukuze bonke babe munye, + njengoba nje wena, Baba, umunye nami futhi nami ngimunye nawe, + ukuba nabo babe munye nathi, ukuze izwe likholwe ukuthi ungithumile.
38 Kodwa uma ngenza yona, ngisho noma ningangikholwa mina, kholwani yimisebenzi, + ukuze nazi futhi niqhubeke nazi ukuthi uBaba nami simunye, nami ngimunye noBaba.” +
11 “Angisekho ezweni, kodwa bona basezweni + kanti mina ngiza kuwe. Baba ongcwele, babheke + ngenxa yegama lakho engibambulele lona, ukuze babe munye* njengoba nje nathi simunye. *+
21 ukuze bonke babe munye, + njengoba nje wena, Baba, umunye nami futhi nami ngimunye nawe, + ukuba nabo babe munye nathi, ukuze izwe likholwe ukuthi ungithumile.