Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Isaya 6:10
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 10 Yenza inhliziyo yalaba bantu ibe lukhuni, +

      Wenze izindlebe zabo zibe buthuntu, +

      Uvale namehlo abo,

      Ukuze bangaboni ngamehlo abo

      Bangezwa ngezindlebe zabo,

      Ukuze inhliziyo yabo ingaqondi

      Nokuba bangabuyeli kimi bese belashwa.” +

  • Mathewu 13:14
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 14 Isiprofetho sika-Isaya siyagcwaliseka kubo. Sithi: ‘Impela niyozwa kodwa anisoze nawuthola umqondo wako, impela niyobheka kodwa anisoze nabona. +

  • Marku 4:11, 12
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 11 Wathi kubo: “Nina ninikwe imfihlo engcwele + yoMbuso kaNkulunkulu, kodwa kulabo abangaphandle zonke izinto zifundiswa ngemifanekiso, + 12 ukuze kuthi nakuba bebhekile, babheke kodwa bangaboni, nakuba bezwa, bezwe kodwa bangawutholi umqondo wako; futhi bangabuyeli kuNkulunkulu bathole intethelelo.” +

  • IzEnzo 28:27
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 27 Ngoba inhliziyo yalaba bantu ibe lukhuni, ngezindlebe zabo bazwile bangasabela, bavale amehlo abo ukuze bangalokothi babone ngamehlo abo futhi bezwe ngezindlebe zabo, baqonde ngenhliziyo yabo babuye, mina ngibelaphe.” ’ +

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela