Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Mathewu 26:14-16
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 14 Khona-ke omunye wabayiShumi Nambili,* okuthiwa uJuda Iskariyothe, + waya kubapristi abakhulu + 15 wathi: “Nizonginikani ukuze ngimkhaphele kini?” + Bamnqumela izinhlamvu zesiliva ezingu-30. + 16 Ngakho kusukela ngaleso sikhathi, wayelokhu efuna ithuba elihle lokumkhaphela.

  • Mathewu 26:24
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 24 Yiqiniso, iNdodana yomuntu iyahamba, njengoba nje kulotshiwe ngayo, kodwa maye + kulowo muntu okhaphela iNdodana yomuntu! + Bekuyoba ngcono ngalowo muntu ukube wayengazalwanga.” +

  • Marku 14:10, 11
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 10 UJuda Iskariyothe, omunye wabayiShumi Nambili,* waya kubapristi abakhulu ukuze amnikele* kubo. + 11 Lapho bekuzwa lokhu, bajabula kakhulu bathembisa ukumnika imali yesiliva. + Ngakho wafuna ithuba elikahle lokumkhaphela.

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela