-
1 Thesalonika 4:16, 17IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
16 ngoba iNkosi ngokwayo iyokwehla ezulwini ngezwi elinegunya, ngezwi lengelosi enkulu + nangecilongo likaNkulunkulu, futhi labo abafe bemunye noKristu bayovuka kuqala. + 17 Ngemva kwalokho thina esiphilayo esisekhona siyothathwa kanye nabo ngamafu + ukuze sihlangabeze iNkosi + emoyeni; kanjalo siyoba neNkosi ngaso sonke isikhathi. +
-