Johane 5:19 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 19 Ngakho-ke, uJesu wawaphendula wathi: “Ngiqinisile impela ngithi kini, iNdodana ayikwazi ukwenza nento eyodwa ngokwayo, kodwa yenza kuphela lokho ebona uYise ekwenza. + Ngoba noma yiziphi izinto azenzayo Yena, neNdodana izenza ngendlela efanayo. Johane 7:16 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 16 UJesu wabaphendula wathi: “Lokho engikufundisayo akukhona okwami, kodwa kungokwalowo ongithumile. + Johane 12:49 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 49 Ngoba angikhulumanga okusuka kimi, kodwa uBaba owangithuma unginike umyalo ngokuqondene nokuthi yini okumele ngiyisho nokuthi yini okumele ngiyikhulume. +
19 Ngakho-ke, uJesu wawaphendula wathi: “Ngiqinisile impela ngithi kini, iNdodana ayikwazi ukwenza nento eyodwa ngokwayo, kodwa yenza kuphela lokho ebona uYise ekwenza. + Ngoba noma yiziphi izinto azenzayo Yena, neNdodana izenza ngendlela efanayo.
16 UJesu wabaphendula wathi: “Lokho engikufundisayo akukhona okwami, kodwa kungokwalowo ongithumile. +
49 Ngoba angikhulumanga okusuka kimi, kodwa uBaba owangithuma unginike umyalo ngokuqondene nokuthi yini okumele ngiyisho nokuthi yini okumele ngiyikhulume. +