Mathewu 11:23 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 23 Nawe, Kapernawume, + ingabe mhlawumbe uyophakanyiselwa ezulwini? Uyokwehlela eThuneni; *+ ngoba ukube imisebenzi yamandla eyenziwe kuwe yayenziwe eSodoma, ngabe lisekhona nanamuhla. Johane 7:31 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 31 Noma kunjalo, abaningi kuleso sixuku baba nokholo kuye, + futhi babethi: “Lapho uKristu efika, ngeke enze izibonakaliso ezingaphezu kwalezi ezenziwe yilo muntu, akunjalo?” Johane 11:47 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 47 Ngakho abapristi abakhulu nabaFarisi baqoqela ndawonye iSanhedrini futhi bathi: “Sizokwenzenjani, ngoba lo muntu wenza izibonakaliso eziningi? +
23 Nawe, Kapernawume, + ingabe mhlawumbe uyophakanyiselwa ezulwini? Uyokwehlela eThuneni; *+ ngoba ukube imisebenzi yamandla eyenziwe kuwe yayenziwe eSodoma, ngabe lisekhona nanamuhla.
31 Noma kunjalo, abaningi kuleso sixuku baba nokholo kuye, + futhi babethi: “Lapho uKristu efika, ngeke enze izibonakaliso ezingaphezu kwalezi ezenziwe yilo muntu, akunjalo?”
47 Ngakho abapristi abakhulu nabaFarisi baqoqela ndawonye iSanhedrini futhi bathi: “Sizokwenzenjani, ngoba lo muntu wenza izibonakaliso eziningi? +