Johane 14:13 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 13 Noma yini eniyicela egameni lami, ngiyoyenza, ukuze uBaba akhazinyuliswe ngeNdodana. + Johane 15:16 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 16 Akunina eningikhethile, kodwa yimi enganikhetha, nganimisa ukuba niqhubeke nithela izithelo nokuba izithelo zenu zihlale, ukuze noma yini eniyicela kuBaba egameni lami aninike yona. + 1 Johane 5:14 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 14 Yilokhu esiqiniseka ngakho ngaye, *+ ukuthi noma yini esiyicelayo evumelana nentando yakhe, uyasizwa. +
16 Akunina eningikhethile, kodwa yimi enganikhetha, nganimisa ukuba niqhubeke nithela izithelo nokuba izithelo zenu zihlale, ukuze noma yini eniyicela kuBaba egameni lami aninike yona. +
14 Yilokhu esiqiniseka ngakho ngaye, *+ ukuthi noma yini esiyicelayo evumelana nentando yakhe, uyasizwa. +