Johane 14:20 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 20 Ngalolo suku niyokwazi ukuthi ngimunye noBaba nokuthi nani nimunye nami, nami ngimunye nani. + Johane 17:11 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 11 “Angisekho ezweni, kodwa bona basezweni + kanti mina ngiza kuwe. Baba ongcwele, babheke + ngenxa yegama lakho engibambulele lona, ukuze babe munye* njengoba nje nathi simunye. *+ 1 Johane 3:24 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 24 Ngaphezu kwalokho, lowo ogcina imiyalo yakhe uhlala emunye naye, naye emunye nalowo muntu. + Ngenxa yomoya asinika wona, siyazi ukuthi uhlala emunye nathi. +
11 “Angisekho ezweni, kodwa bona basezweni + kanti mina ngiza kuwe. Baba ongcwele, babheke + ngenxa yegama lakho engibambulele lona, ukuze babe munye* njengoba nje nathi simunye. *+
24 Ngaphezu kwalokho, lowo ogcina imiyalo yakhe uhlala emunye naye, naye emunye nalowo muntu. + Ngenxa yomoya asinika wona, siyazi ukuthi uhlala emunye nathi. +