IHubo 69:21 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 21 Kodwa esikhundleni sokudla banginika ushevu, *+Lapho ngomile bangiphuzisa uviniga. + Mathewu 27:48 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 48 Masinyane omunye kubo wagijima wathatha isipontshi, wasicwilisa ewayinini elimuncu, wasihloma emhlangeni wayesemphuzisa. + Marku 15:36 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 36 Umuntu othile wagijima, wacwilisa isipontshi ewayinini elimuncu, wasihloma emhlangeni wayesemphuzisa, + ethi: “Myekeni! Ake sibone ukuthi u-Eliya uzoza yini ezomehlisa.” Luka 23:36 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 36 Ngisho namasosha ahlekisa ngaye, asondela amnika iwayini elimuncu +
48 Masinyane omunye kubo wagijima wathatha isipontshi, wasicwilisa ewayinini elimuncu, wasihloma emhlangeni wayesemphuzisa. +
36 Umuntu othile wagijima, wacwilisa isipontshi ewayinini elimuncu, wasihloma emhlangeni wayesemphuzisa, + ethi: “Myekeni! Ake sibone ukuthi u-Eliya uzoza yini ezomehlisa.”