Johane 14:11 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 11 Ngikholweni ukuthi ngimunye noBaba, noBaba umunye nami; uma kungenjalo, kholwani ngenxa yemisebenzi ngokwayo. + IzEnzo 2:22 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 22 “Madoda akwa-Israyeli, yizwani la mazwi: UJesu umNazaretha wayengumuntu uNkulunkulu amveza obala kini ngemisebenzi yamandla nezimangaliso nezibonakaliso uNkulunkulu azenza ngaye phakathi kwenu, + njengoba nje nani ngokwenu nazi. IzEnzo 10:38 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 38 mayelana noJesu waseNazaretha, indlela uNkulunkulu amgcoba ngayo ngomoya ongcwele + nangamandla, futhi walihamba lonke izwe enza okuhle, elapha bonke abacindezelwe uDeveli, + ngoba uNkulunkulu wayenaye. +
11 Ngikholweni ukuthi ngimunye noBaba, noBaba umunye nami; uma kungenjalo, kholwani ngenxa yemisebenzi ngokwayo. +
22 “Madoda akwa-Israyeli, yizwani la mazwi: UJesu umNazaretha wayengumuntu uNkulunkulu amveza obala kini ngemisebenzi yamandla nezimangaliso nezibonakaliso uNkulunkulu azenza ngaye phakathi kwenu, + njengoba nje nani ngokwenu nazi.
38 mayelana noJesu waseNazaretha, indlela uNkulunkulu amgcoba ngayo ngomoya ongcwele + nangamandla, futhi walihamba lonke izwe enza okuhle, elapha bonke abacindezelwe uDeveli, + ngoba uNkulunkulu wayenaye. +