Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Johane 13:23
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 23 Omunye wabafundi, lowo uJesu ayemthanda, + wayehlezi eduze* kukaJesu.

  • Johane 19:26
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 26 Lapho uJesu ebona unina nomfundi ayemthanda + bemi lapho, wathi kunina: “Sifazane, bheka! Indodana yakho!”

  • Johane 20:2
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 2 Ngakho weza egijima kuSimoni Petru nakulona omunye umfundi uJesu ayemthanda, + wathi kubo: “Bayisusile iNkosi ethuneni, + asazi ukuthi bayibekephi.”

  • Johane 21:7
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 7 Ngemva kwalokho umfundi uJesu ayemthanda + wathi kuPetru: “YiNkosi!” Lapho uSimoni Petru ezwa ukuthi yiNkosi, wagqoka* ingubo yakhe yangaphandle, ngoba wayenqunu,* wagxumela olwandle.

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela