Mathewu 11:7 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 7 Ngesikhathi laba behamba, uJesu waqala ukukhuluma nezixuku ngokuphathelene noJohane, wathi: “Yini enaphumela ukuyoyibona ehlane? + Umhlanga unyakaziswa umoya? + Mathewu 11:10 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 10 Lona nguye okulotshwe ngaye ukuthi: ‘Bheka! Ngithuma isithunywa sami ngaphambi kwakho,* esizolungisa indlela yakho phambi kwakho!’ + Luka 1:13 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 13 Nokho, ingelosi yathi kuye: “Ungesabi Zakariya, ngoba ukunxusa kwakho kuzwakele, umkakho u-Elizabethe uzokuzalela indodana, kumele uyiqambe ngokuthi uJohane. + Luka 1:17 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 17 Iyohamba phambi kwakhe ngomoya nangamandla ka-Eliya, + ukuze ibuyisele izinhliziyo zoyise kubantwana + nabangalaleli ibabuyisele ekuhlakanipheni okusebenzayo kwabalungile, ukuze yenze abantu babe isizwe esikulungele ukukhonza uJehova.” *+
7 Ngesikhathi laba behamba, uJesu waqala ukukhuluma nezixuku ngokuphathelene noJohane, wathi: “Yini enaphumela ukuyoyibona ehlane? + Umhlanga unyakaziswa umoya? +
10 Lona nguye okulotshwe ngaye ukuthi: ‘Bheka! Ngithuma isithunywa sami ngaphambi kwakho,* esizolungisa indlela yakho phambi kwakho!’ +
13 Nokho, ingelosi yathi kuye: “Ungesabi Zakariya, ngoba ukunxusa kwakho kuzwakele, umkakho u-Elizabethe uzokuzalela indodana, kumele uyiqambe ngokuthi uJohane. +
17 Iyohamba phambi kwakhe ngomoya nangamandla ka-Eliya, + ukuze ibuyisele izinhliziyo zoyise kubantwana + nabangalaleli ibabuyisele ekuhlakanipheni okusebenzayo kwabalungile, ukuze yenze abantu babe isizwe esikulungele ukukhonza uJehova.” *+