Luka 24:46-48 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 46 wathi kubo: “Nakhu okulotshiwe: ukuthi uKristu uyohlupheka futhi avuke kwabafile ngosuku lwesithathu, + 47 ngegama lakhe kuyoshunyayelwa ukuphenduka ngenjongo yokuthethelelwa kwezono + kuzo zonke izizwe +—kusukela eJerusalema. + 48 Kumele nibe ofakazi balezi zinto. + IzEnzo 1:8 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 8 Kodwa nina nizokwamukela amandla lapho umoya ongcwele ufika phezu kwenu, + nizoba ofakazi + bami eJerusalema, + kulo lonke elaseJudiya naseSamariya, + nasezingxenyeni ezikude kakhulu* zomhlaba.” +
46 wathi kubo: “Nakhu okulotshiwe: ukuthi uKristu uyohlupheka futhi avuke kwabafile ngosuku lwesithathu, + 47 ngegama lakhe kuyoshunyayelwa ukuphenduka ngenjongo yokuthethelelwa kwezono + kuzo zonke izizwe +—kusukela eJerusalema. + 48 Kumele nibe ofakazi balezi zinto. +
8 Kodwa nina nizokwamukela amandla lapho umoya ongcwele ufika phezu kwenu, + nizoba ofakazi + bami eJerusalema, + kulo lonke elaseJudiya naseSamariya, + nasezingxenyeni ezikude kakhulu* zomhlaba.” +