-
Mathewu 27:5-8IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
5 Ngakho waphonsa lezo zinhlamvu zesiliva ethempelini, wasuka wahamba. Wabe eseyozilengisa. + 6 Kodwa abapristi abakhulu bathatha lezo zinhlamvu zesiliva bathi: “Akuvumelekile ngokomthetho ukuzifaka endaweni yokugcina ingcebo engcwele, ngoba le mali ingcoliswe yigazi.”* 7 Ngemva kokubonisana, bathenga ngazo isiganga sombumbi ukuze kungcwatshwe kuso izihambi. 8 Ngakho-ke leso siganga siye sabizwa ngokuthi iSiganga Segazi + kuze kube yilolu suku.
-