IzEnzo 10:47, 48 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 47 “Ukhona yini ongenqaba namanzi ukuze bangabhapathizwa + laba abamukele umoya ongcwele njengoba nje nathi siwamukele?” 48 Khona manjalo wabayala ukuba babhapathizwe egameni likaJesu Kristu. + Khona-ke bamcela ukuba ahlale izinsuku ezithile. IzEnzo 19:2, 3 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 2 wathi kubo: “Nawuthola yini umoya ongcwele lapho niba amakholwa?” + Bamphendula bathi: “Asikaze sizwe nakuzwa ukuthi kukhona umoya ongcwele.” 3 Wathi: “Pho kanti nabhapathizwa ngani?” Bathi: “Ngobhapathizo lukaJohane.” +
47 “Ukhona yini ongenqaba namanzi ukuze bangabhapathizwa + laba abamukele umoya ongcwele njengoba nje nathi siwamukele?” 48 Khona manjalo wabayala ukuba babhapathizwe egameni likaJesu Kristu. + Khona-ke bamcela ukuba ahlale izinsuku ezithile.
2 wathi kubo: “Nawuthola yini umoya ongcwele lapho niba amakholwa?” + Bamphendula bathi: “Asikaze sizwe nakuzwa ukuthi kukhona umoya ongcwele.” 3 Wathi: “Pho kanti nabhapathizwa ngani?” Bathi: “Ngobhapathizo lukaJohane.” +