-
Mathewu 28:9IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
9 UJesu wahlangana nabo wathi: “Sanibona!” Basondela babamba izinyawo zakhe bamkhothamela.
-
-
1 Korinte 15:4-7IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
4 nokuthi wangcwatshwa, + yebo, ukuthi ngokwemiBhalo wavuswa + ngosuku lwesithathu; + 5 nokuthi wabonakala kuKhefase, *+ kwase kuba kwabayiShumi Nambili. *+ 6 Ngemva kwalokho wabonakala kubazalwane abangaphezu kuka-500 ngesikhathi esisodwa, + abaningi kubo basekanye nathi, nakuba abanye sebashona. 7 Ngemva kwalokho wabonakala kuJakobe, + kwase kuba kubo bonke abaphostoli. +
-