IzEnzo 9:3, 4 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 3 Njengoba ehamba esondela eDamaseku, kungazelelwe kwabanika nxazonke ukukhanya okuvela ezulwini, + 4 wawela phansi, wezwa izwi lithi kuye: “Sawulu, Sawulu, ungishushiselani?” 1 Korinte 9:1 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 9 Angikhululekile yini? Angiyena yini umphostoli? Angimbonanga yini uJesu iNkosi yethu? + Aniwona yini umsebenzi wami eNkosini?
3 Njengoba ehamba esondela eDamaseku, kungazelelwe kwabanika nxazonke ukukhanya okuvela ezulwini, + 4 wawela phansi, wezwa izwi lithi kuye: “Sawulu, Sawulu, ungishushiselani?”
9 Angikhululekile yini? Angiyena yini umphostoli? Angimbonanga yini uJesu iNkosi yethu? + Aniwona yini umsebenzi wami eNkosini?