Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • 1 Samuweli 16:7
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 7 Kodwa uJehova wathi kuSamuweli: “Musa ukubheka indlela abukeka ngayo nobude bakhe, + ngoba angimkhethanga. Ngoba indlela umuntu abona ngayo akuyona indlela uNkulunkulu abona ngayo, ngoba umuntu ubona okubonakala emehlweni, kodwa uJehova ubona okusenhliziyweni.” +

  • 1 IziKronike 28:9
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 9 “Wena Solomoni ndodana yami, yazi uNkulunkulu kayihlo futhi umkhonze ngenhliziyo ephelele *+ nangomphefumulo* ojabulayo,* ngoba uJehova uhlola zonke izinhliziyo, + futhi uqonda yonke imicabango nezifiso. + Uma umfuna, uyomthola, + kodwa uma umshiya, uyokulahla kuze kube phakade. +

  • Jeremiya 11:20
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 20 Kodwa uJehova wamabutho wahlulela ngokulunga;

      Uhlola imicabango ejulile* nenhliziyo. +

      Mangibone lapho uphindisela kubo,

      Ngoba icala lami ngilethule kuwe.

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela