IzEnzo 10:44, 45 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 44 Lapho uPetru esakhuluma ngalezi zindaba, umoya ongcwele wehlela kubo bonke ababezwa izwi. + 45 Amakholwa* asokile ayeze noPetru amangala, ngoba isipho samahhala somoya ongcwele sasithululelwe naphezu kwabantu bezizwe. IzEnzo 11:15 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 15 Kodwa lapho ngiqala ukukhuluma, umoya ongcwele wehlela phezu kwabo njengoba nje wehlela naphezu kwethu ekuqaleni. +
44 Lapho uPetru esakhuluma ngalezi zindaba, umoya ongcwele wehlela kubo bonke ababezwa izwi. + 45 Amakholwa* asokile ayeze noPetru amangala, ngoba isipho samahhala somoya ongcwele sasithululelwe naphezu kwabantu bezizwe.
15 Kodwa lapho ngiqala ukukhuluma, umoya ongcwele wehlela phezu kwabo njengoba nje wehlela naphezu kwethu ekuqaleni. +