-
IzEnzo 19:9, 10IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
9 Kodwa lapho abanye beba nenkani* bengafuni ukukholwa, bekhuluma kabi ngeNdlela *+ phambi kwesixuku, wasuka kubo + futhi wahlukanisa abafundi nabo, enikeza izinkulumo nsuku zonke ehholo lesikole likaThiranu. 10 Lokhu kwenzeka iminyaka emibili, kangangokuthi bonke ababehlala esifundazweni sase-Asiya balizwa izwi leNkosi, amaJuda namaGreki.
-