IzAga 19:17 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 17 Obonisa ophansi umusa uboleka uJehova, +Futhi Yena uyombuyisela* ngalokho akwenzayo. + Mathewu 10:8 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 8 Yelaphani abagulayo, + nivuse abafile, nenze abanochoko bahlanzeke, nixoshe amademoni. Namukele ngesihle, yiphani ngesihle. Luka 6:38 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 38 Kwenzeni umkhuba ukupha, abantu nabo bayonipha. + Bayothela emaphaketheni enu asesifubeni okuningi kakhulu, okugxishiwe, okugxishisisiwe nokuchichimayo. Ngoba isikali enisisebenzisa kwabanye, bayosebenzisa sona nakini.”
8 Yelaphani abagulayo, + nivuse abafile, nenze abanochoko bahlanzeke, nixoshe amademoni. Namukele ngesihle, yiphani ngesihle.
38 Kwenzeni umkhuba ukupha, abantu nabo bayonipha. + Bayothela emaphaketheni enu asesifubeni okuningi kakhulu, okugxishiwe, okugxishisisiwe nokuchichimayo. Ngoba isikali enisisebenzisa kwabanye, bayosebenzisa sona nakini.”