Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • IzEnzo 12:17
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 17 Kodwa wababonisa ngesandla ukuba bathule, wabalandisa ngokuningiliziwe indlela uJehova* ayemkhiphe ngayo ejele, wathi: “Bikelani uJakobe + nabafowethu lezi zinto.” Ngemva kwalokho waphuma wahamba waya kwenye indawo.

  • IzEnzo 15:13
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 13 Ngemva kokuba sebeqedile ukukhuluma, uJakobe waphendula, wathi: “Madoda, bafowethu, ngizweni.

  • Galathiya 1:19
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 19 Kodwa akekho omunye umphostoli engambona ngaphandle kukaJakobe + umfowabo weNkosi.

  • Galathiya 2:9
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 9 lapho bebona umusa omkhulu engangiwunikiwe, + uJakobe + noKhefase* noJohane, labo ababebonakala beyizinsika, banika mina noBarnaba + isandla sokudla njengophawu lokuthi sibambisene, ukuze siye ezizweni, bona baye kwabasokile.

  • Jakobe 1:1
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 1 UJakobe, + inceku kaNkulunkulu neyeNkosi uJesu Kristu, ezizweni ezingu-12 ezihlakazekile:

      Ngiyanibingelela!

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela