Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • IzEnzo 26:4, 5
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 4 “Ngempela, indlela engangiphila ngayo kusukela ebusheni kuqhubeke phakathi kwesizwe sakithi naseJerusalema, ayazi kahle wonke amaJuda + 5 ayejwayelene nami ngaphambili, uma ethanda angafakaza, ukuthi ngokweqembu lenkolo elinomthetho oqine kakhulu lendlela yethu yokukhonza, + ngangiphila njengomFarisi. +

  • Filipi 3:4, 5
    IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
    • 4 nakuba kuyimi onesizathu sokuthembela enyameni, uma ekhona onaso.

      Uma noma imuphi omunye umuntu ecabanga ukuthi unesizathu sokuthembela enyameni, mina nginaso nakakhulu: 5 ngasokwa ngosuku luka-8, + ngingowesizwe sakwa-Israyeli, emndenini wakwaBhenjamini, umHebheru ozalwa ngamaHebheru; + ngokuqondene nomthetho, ngingumFarisi; +

Zulu Publications (1975-2027)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela