Joweli 2:28 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 28 Ngemva kwalokho ngiyothululela umoya wami + phezu kwayo yonke inyama,Amadodana enu namadodakazi enu ayoprofetha,Amaxhegu enu aphuphe amaphupho,Izinsizwa zenu zibone imibono. + Mathewu 3:11 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 11 Mina nginibhapathiza ngamanzi ngenxa yokuphenduka kwenu + kodwa lowo oza emva kwami, engingakufanelekeli ukukhumula izimbadada zakhe, + unamandla kunami. Yena uzonibhapathiza ngomoya ongcwele + nangomlilo. + Marku 1:8 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 8 Mina nginibhapathize ngamanzi, kodwa yena uzonibhapathiza ngomoya ongcwele.” +
28 Ngemva kwalokho ngiyothululela umoya wami + phezu kwayo yonke inyama,Amadodana enu namadodakazi enu ayoprofetha,Amaxhegu enu aphuphe amaphupho,Izinsizwa zenu zibone imibono. +
11 Mina nginibhapathiza ngamanzi ngenxa yokuphenduka kwenu + kodwa lowo oza emva kwami, engingakufanelekeli ukukhumula izimbadada zakhe, + unamandla kunami. Yena uzonibhapathiza ngomoya ongcwele + nangomlilo. +