Roma 3:20 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 20 Ngakho-ke ngenxa yemisebenzi yomthetho akukho muntu okuyothiwa ulungile phambi kwakhe, + ngoba ngomthetho kuba khona ulwazi olunembile ngesono. + Roma 5:20 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 20 Kamuva kwaba khona uMthetho ukuze abantu babone ukuthi benza iziphambeko eziningi. + Kodwa lapho abantu benza izono eziningi, umusa omkhulu waba mningi ngisho nakakhulu. 2 Korinte 3:7 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 7 Uma umthetho oletha isigwebo sokufa nowawuqoshwe ematsheni + ngezinhlamvu waba khona ngenkazimulo enkulu, kangangokuthi abantwana bakwa-Israyeli abakwazanga ukubuka ubuso bukaMose ngenxa yenkazimulo yobuso bakhe, + inkazimulo eyayizoqedwa,
20 Ngakho-ke ngenxa yemisebenzi yomthetho akukho muntu okuyothiwa ulungile phambi kwakhe, + ngoba ngomthetho kuba khona ulwazi olunembile ngesono. +
20 Kamuva kwaba khona uMthetho ukuze abantu babone ukuthi benza iziphambeko eziningi. + Kodwa lapho abantu benza izono eziningi, umusa omkhulu waba mningi ngisho nakakhulu.
7 Uma umthetho oletha isigwebo sokufa nowawuqoshwe ematsheni + ngezinhlamvu waba khona ngenkazimulo enkulu, kangangokuthi abantwana bakwa-Israyeli abakwazanga ukubuka ubuso bukaMose ngenxa yenkazimulo yobuso bakhe, + inkazimulo eyayizoqedwa,