Hebheru 9:28 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 28 kanjalo noKristu wanikelwa kwaba kanye kuphela ukuze athwale izono zabaningi; + futhi lapho efika okwesibili uyobe engazele ukuzosusa isono* futhi uyobonwa yilabo abamfuna ngobuqotho ukuze basindiswe. + 1 Petru 3:18 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 18 Phela noKristu wafela izono kwaba kanye kuphela, + umuntu olungile ngenxa yabangalungile, + ukuze aniholele kuNkulunkulu. + Wabulawa enomzimba wenyama + kodwa wavuswa enomzimba womoya. +
28 kanjalo noKristu wanikelwa kwaba kanye kuphela ukuze athwale izono zabaningi; + futhi lapho efika okwesibili uyobe engazele ukuzosusa isono* futhi uyobonwa yilabo abamfuna ngobuqotho ukuze basindiswe. +
18 Phela noKristu wafela izono kwaba kanye kuphela, + umuntu olungile ngenxa yabangalungile, + ukuze aniholele kuNkulunkulu. + Wabulawa enomzimba wenyama + kodwa wavuswa enomzimba womoya. +