1 Korinte 9:27 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 27 kodwa ngiyawutuba* umzimba wami + futhi ngiwuphatha njengesigqila, ukuze kuthi ngemva kokuba sengishumayele kwabanye, mina ngokwami ngingabi ongamukeleki* ngandlela-thile. Galathiya 5:24 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 24 Ngaphezu kwalokho, labo abangabakaKristu Jesu babethele esigxotsheni inyama kanye nezinkanuko nezifiso zayo. + Efesu 4:22 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 22 Nafundiswa ukuba nilahle ubuntu obudala + obuvumelana nenkambo yenu yokuziphatha yangaphambili futhi obonakaliswa yizifiso ezikhohlisayo. + Kolose 3:5 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 5 Ngakho-ke, bulalani amalunga emizimba yenu + asemhlabeni ngokuqondene nokuziphatha kabi ngokocansi,* ukungcola, inkanuko yokuya ocansini engalawuleki, + isifiso esilimazayo, nokuhaha, okuwukukhonza izithixo.
27 kodwa ngiyawutuba* umzimba wami + futhi ngiwuphatha njengesigqila, ukuze kuthi ngemva kokuba sengishumayele kwabanye, mina ngokwami ngingabi ongamukeleki* ngandlela-thile.
24 Ngaphezu kwalokho, labo abangabakaKristu Jesu babethele esigxotsheni inyama kanye nezinkanuko nezifiso zayo. +
22 Nafundiswa ukuba nilahle ubuntu obudala + obuvumelana nenkambo yenu yokuziphatha yangaphambili futhi obonakaliswa yizifiso ezikhohlisayo. +
5 Ngakho-ke, bulalani amalunga emizimba yenu + asemhlabeni ngokuqondene nokuziphatha kabi ngokocansi,* ukungcola, inkanuko yokuya ocansini engalawuleki, + isifiso esilimazayo, nokuhaha, okuwukukhonza izithixo.