7 Ningadukiswa: UNkulunkulu akayena owokuhlekwa usulu. Ngoba noma yini umuntu ayihlwanyelayo, uyovuna yona futhi; + 8 ngoba lowo ohlwanyela enombono wenyama yakhe uyovuna ukonakala enyameni, kodwa lowo ohlwanyela enombono womoya uyovuna ukuphila okuphakade okuvela emoyeni. +