-
Genesise 25:21IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
21 U-Isaka wayelokhu ecela kuJehova mayelana nomkakhe, ngoba wayeyinyumba; ngakho uJehova wasiphendula isicelo sakhe, umkakhe uRebheka wakhulelwa.
-
-
Genesise 25:24IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
24 Lapho kufika isikhathi sokuba abelethe, kwakukhona amawele esibelethweni sakhe.
-