-
Malaki 1:2, 3IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
2 “Nginibonisile uthando,” + kusho uJehova.
Kodwa nithi: “Usibonise kanjani uthando?”
“U-Esawu wayengeyena yini umfowabo kaJakobe?” + kusho uJehova. “Kodwa ngangimthanda uJakobe, 3 u-Esawu yena ngangimzonda; + ngenza izintaba zakhe zaba yincithakalo + nefa lakhe ngalishiyela izimpungushe zehlathi.” +
-