IzAga 16:18 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 18 Ukuzidla kwandulela ukuphahlazeka,Nokuzikhukhumeza kwandulela ukuwa. + Galathiya 6:3 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 3 Ngoba uma umuntu ecabanga ukuthi uwutho ebe engelutho, + uyazikhohlisa. 1 Petru 5:5 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 5 Ngendlela efanayo, nina zinsizwa, zithobeni emadodeni amadala. + Kodwa nonke gqokani* ukuthobelana,* ngoba uNkulunkulu uyamelana nabaziphakamisayo, kodwa abathobekile ubapha umusa omkhulu. +
5 Ngendlela efanayo, nina zinsizwa, zithobeni emadodeni amadala. + Kodwa nonke gqokani* ukuthobelana,* ngoba uNkulunkulu uyamelana nabaziphakamisayo, kodwa abathobekile ubapha umusa omkhulu. +