1 Thesalonika 5:15 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 15 Qaphelani ukuba kungabikho muntu ophindisela ukulinyazwa ngokulimaza kunoma ubani, + kodwa ngaso sonke isikhathi nenzelane okuhle nabo bonke abanye. + 1 Petru 2:23 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 23 Lapho ethukwa, + akaphindiselanga ngokuthuka. + Lapho ehlupheka, + akasongelanga, kodwa wathembela kuLowo owahlulela + ngokulunga. 1 Petru 3:9 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 9 Ningabuyiseli okubi ngokubi + noma ukuthukwa ngokuthuka. + Kunalokho, buyiselani ngokubusisa + ngoba nakhethwa nguye ukuba nibusise abanye ukuze anibusise nani.
15 Qaphelani ukuba kungabikho muntu ophindisela ukulinyazwa ngokulimaza kunoma ubani, + kodwa ngaso sonke isikhathi nenzelane okuhle nabo bonke abanye. +
23 Lapho ethukwa, + akaphindiselanga ngokuthuka. + Lapho ehlupheka, + akasongelanga, kodwa wathembela kuLowo owahlulela + ngokulunga.
9 Ningabuyiseli okubi ngokubi + noma ukuthukwa ngokuthuka. + Kunalokho, buyiselani ngokubusisa + ngoba nakhethwa nguye ukuba nibusise abanye ukuze anibusise nani.