20 Ngoba ngiyesaba ukuthi lapho ngifika, indlela enenza ngayo izobe ingasekona lokho engikufisayo, nendlela engenza ngayo iyobe ingasekona lokho enikufisayo, kodwa esikhundleni salokho, kungase kube nokuxabana, umona, ukuqhuma kwentukuthelo, imibango, ukunyevuza, ukuhleba, ukuqhosha, neziyaluyalu.