Isaya 53:11 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 11 Ngenxa yosizi analo, uyobona aneliseke. Ngolwazi lwakhe olungile, inceku yami, +Uyoholela abantu abaningi ekulungeni +Athwale nezono zabo. + Jeremiya 31:34 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 34 “Yilowo nalowo ngeke esafundisa umakhelwane wakhe noma umfowabo, athi, ‘Yazi uJehova!’ + ngoba bonke bayongazi, kusukela komncane kunabo bonke kuye komkhulu kunabo bonke,” + kusho uJehova. “Ngoba ngiyosithethelela isiphambeko sabo, nesono sabo ngeke ngisasikhumbula.” + Daniyeli 9:24 IBhayibheli ImiBhalo Engcwele 24 “Kunamasonto* angu-70 anqunyelwe abantu bakini nedolobha lakini elingcwele, + ukuze kuqedwe iseqo, kuqedwe isono, + kwenziwe isihlawulelo ngenxa yesiphambeko, + kungeniswe ukulunga kwaphakade, + kuqinisekiswe umbono nesiprofetho, *+ nokuba kugcotshwe iNgcwelengcwele.
11 Ngenxa yosizi analo, uyobona aneliseke. Ngolwazi lwakhe olungile, inceku yami, +Uyoholela abantu abaningi ekulungeni +Athwale nezono zabo. +
34 “Yilowo nalowo ngeke esafundisa umakhelwane wakhe noma umfowabo, athi, ‘Yazi uJehova!’ + ngoba bonke bayongazi, kusukela komncane kunabo bonke kuye komkhulu kunabo bonke,” + kusho uJehova. “Ngoba ngiyosithethelela isiphambeko sabo, nesono sabo ngeke ngisasikhumbula.” +
24 “Kunamasonto* angu-70 anqunyelwe abantu bakini nedolobha lakini elingcwele, + ukuze kuqedwe iseqo, kuqedwe isono, + kwenziwe isihlawulelo ngenxa yesiphambeko, + kungeniswe ukulunga kwaphakade, + kuqinisekiswe umbono nesiprofetho, *+ nokuba kugcotshwe iNgcwelengcwele.